"Polo" lyrics

Empro & Mlindo The Vocalist Lyrics

"Polo"

Oh angi'understand
Emhlabeni kunjani
Mina bengihappy
Nginomunt'wami
Oh angi'understand
Emhlabeni kunjani
Bengihappy, ngijabule mina

Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh

Nasesb'suku ubungay'bambi phone
Ksas' ekseni ungtshele izitory
Bengith' ubusy neskolo
Kanti ubusy nePolo
Nasesb'suku ubungay'bambi phone
Ksas' ekseni ungtshele izitory
Bengith' ubusy neskolo
Kanti ubusy nePolo

Ngempela bafana nizwa kanjan?
Angithi nganitshela kwiBamthathile
Ngang'ngagcini lapho ngaphinde nganitshela kwiMablesser
Hhayi lalelan ke bafana nginfake iskolo
Umuntu wesfazane ngeke umu understand-e
Mele umnike uthando bese ubuyele nganeno
Ungamenzela konke okukhona ngaphansi kwelanga
Kodwa mayesekhathele ntwana yami uzok'shiya
Bese ungene kwiDepression ufuna ukuz'bulala
Manje sek'hlushwa thina kthiwa sok'siza

Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh

Ubengasang'thandi udali
Bengibona ngezenzo zakhe
Ubengasang'thandi udali
Bengithi mina naye, sizoya kude

Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung'shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt'wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh


You May Also Like
Mawelele & Kwesta - "Ngiyaz'fela" Darli wami asambe Ngifuna ukukyisa maqekeni Ufike ubone i-tymer ne oledi, yeah Aw' we stove sami samalahle Usuzwile ukuthi uthando onginika lona Lungenza ngisangane? Oh, darli ngifuna siyobona...
Amanda Black - "Kahle" Inkab' itshonile OkwaThanayi Iingxaki zothando Ndiva bekhuluma mna andizazi Thank you, thank you, thank you Thank you darlie Sitsh' usilungu A potbelly still gives good loving Bath hayi...
Blxckie - "umoya" Oh baby Ngyafisa ngyafisa Uk'bona njalo, kanjalo Ngyawuthanda, ngyawuthanda Umoya wakho owakho Ngyafisa ngyafisa Uk'bona njalo, kanjalo Ngyawuthanda, ngyawuthanda Umoya wakho owakho Ey ngithi ngeke...
Emtee, Sjava & Saudi - "Ibandla" Lena eyebandla Lena eyebandla Leli eng'phila nalo Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu) Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu) Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu) We bafowethu...
Nathi - "Amagama" Makuded' ubumnyama kuvel' ukukhanya endleleni zam Ndyayazi ilizwi le ndod' engenamali alivakali Ndyakuthanda ntombazana Ndyakthanda manyan nyani Andazi ndenze kanjani Ndyakuthanda ntombazana Mna...