"Isibani" lyrics
Trymore & Nomfundo Moh Lyrics
"Isibani"
Uvela kahle mangiza kude kunawe
Sibani sami
Uvela kahle mangiza kude kunawe
Sibani sami aaahhhaaaa
Uvela kahle mangiza kude kunawe
Babheke mina ekhaya
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina

Eish eish ngikulamahlath' amnyama
Ngikhathele ngijahwa 'zitha
Yibo lab' engibathanda, sebefunimpilo yami
Sasiphila ndawonye thina, singamathe nolimi thina
Wafika umoya nenzondo, sengebengenz' usimayedwa
Uma ngikhathal' endleni, eceleni angibheki
Ngish' emuva angilibeki (Ohh njaaalo)
Nawe sbani vutha ngamandla
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, (Njalo) ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Obesiyini isibani sami singenawo amafutha
Yinto nje engenakukhanya
Baningi babheke mina, ekhaya bathembe mina
Ngithembe wena uzokhanyisa ngifike le
Vuka vuka malambane, vuka cel' uzugade
Kubamb' ezingelayo kwamhlaba
Kwamhlaba vuka vuka malambane, vuka cel' uzugade
Kubamb' ezingelayo kwamhlaba
Ngakhoke khanya
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, ekhaya babheke mina
Wokhanya njalo sibani, (khanya njalo) ekhaya babheke mina
(Wo khanya njalo sibani)
Wokhanya njalo sibani, (hhmmm) ekhaya babheke mina
(Khanya njalo) Wokhanya njalo sibani
(Oh khanya njalo sibani) (eh eh eh)ekhaya babheke mina
Khanya
- AZLyrics
- N
- Nomfundo Moh Lyrics
You May Also Like
Kwesta - "Nyakanyaka" Okay, the whip look like Rihanna, yeah
Ithunuka aboClever
Crib ngathi uNomzamo, ipholisa amanxeba
This shit started as a dream, don't ever forget that
Now I'm on my Connie Ferguson, I make it last...
Elaine - "You're The One" (Clarity is clear to see)
I think it's time we confronted the situation in front of us
And I think it's time we talk it out and forget all the fuss
And if it's not me, I'll have to understand and...
Gyakie - "Forever" FLIP THE MUSIC
Gyakie uh huh
Na na na na na eyy ya
My mind dey for you
My heart beats for you
Every time when I think of you
I don't know...
I, I, I feel loved again
I don't want to wait for days...
Shekhinah - "Questions" What happens if we let this start
We go to far and you just don't feel it
What happens if you drop my heart, if it falls too hard and we just can't put it back
Bestfriends don't sit this close,...
The Soil - "Andinanto" Ndandihleli
Ndihleli ebumnyameni
Wafik' uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni
Wafika uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni...