"Dear Nhlupheko" lyrics
"Dear Nhlupheko"
(feat. Lwandle & Zukiswa)
Bab' usuphephile, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Bab', usuphumule nje, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Bab', usuphephile nje
Dear baba
Ngithi phila nami ng'yaphila
Ngik'bhalele le ncwadi
Sesisid' is'khath' nang'shiya
Emhlabeni kunzima
Ng'themb' ezulwini n'yaphila
Impil' ay'kaze yaba lula baba selokh' nang'shiya
Uyazi ng'yak'khumbula
K'lo mhlab' ak'nak'phumula
Kodwa 'ma ng'bhek' ebonden' is'thombe senu s'yang'duduza
Sing'fakel' injabulo
Ng'nok'fisa ngath' uzob' ula
I'inyembezi igcwal' amehlo kodwa 'ma ng'khala akekh' ozo'isula
Impilo ayikho lula baba
Nang'shiya ng'semncane
Kodw' uthando owawunalo
Ng'yakhumbul' ung'bek' emhlane
Ukube ngangazi mina ngangingeke ngisuk' emhlane
Manje ng'sele ng'na baba
UMdali wakheth' ukuk'thatha
Kodwa baba uk'khal' ak'sizi
Ngoba ngek' uze usabuya
Umam' ung'khulisile benogogo kuze kwalula
Ugog' usekhulile
UMaNgcobo wam' useyakhula
Mdal' ubong'bekela yena
Abon' umzukulu wakh' ekhula
Bab' usuphephile, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Bab', usuphumule nje, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Bab', usuphephile nje
Mamela mzali wami
Kub'hlung' ukuy'ncelis' ungay'zali
K'seyingane kaMdali
Uboy'phatha kahle
Ungay'lahli
K'lomhlab' ak'nantandane
Uboy'duduza ingakhali
Ukuth' ishiywe uma nobaba
Akush' ukuthi ay'nabazali
Ng'fisa ngathi bewukhona
Sekuk'ning' okwenzekile
Seng'khulile ngindoda
Ng'nabantwana abang'bhekile
Ng'zob' ubab' oqotho
Ngek' balale bengadlile
Obong'khany'sela Nkanyez' yami
Ng'yazi naw' usang'bhekile
Wang'shiya ngiy'ngane
Kodwa manje seng'ne'ingane
Amantombazan' amathath' abheke mina
K'mele ng'zame
S'phesihle noMinenhle
Khon' uThumba k'khon' uMelo
Amantombazane wodwa baba
Ufuzo l'yadlulela
Baba sengab' udumo lezwe
Kul mhlaba ngenz' ushintsho
Impil' inok'banzima kodwa sengibheka ngeliny' iso
Kodw' ungaz'khathazi baba
UMdali wangiph' is'phiwo
Umphef'mul' uhlangene nenyama
Baba s'bong' impilo
Bab' usuphephile, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Bab', usuphumule nje, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Bab', usuphephile nje
Baba seng'khulile
Beng'fun' ukwenz' ok'hlukile
Ng'yazi beng'thukile kodwa manje seng'fundile
Baning' abang'vumile sebeng'biz' uBadumile
Uk'hamba kwakh' emhlabeni kwashiy' umoya uphukile
Kwakwehlul' ukufa
Uphumil' umphef'mulo
Ngasala ngiy'ntandane
Umoya wam' aw'nak'phumula
Mihla namalanga ng'yakhuleka
Ak'na mehluko
Kodwa okwahlul' inyam' ak'soze kwahlul' umphef'mulo
Uk'hamba kwakh' emhlabeni
Baba ngasala ngabona l'khulu
Ng'khulile ngiy'ndoda
Ng'nok'qina noma kub'hlungu
'Ma ng'hlangana nowenu
Bang'biza uNyonikayiphumula
Yigama lakho ley'nsizwa
Kodw' uma' kaze ay'khulume
Baba ungakhathazeki
Laph' ukhona usuphephile
Udlalil' indima yakho
I'into zomhlaba usunqobile
I'iNgilozi zihleli nawe
Indaw' ingcwel' usugadiwe
Usuzofika ngephupho
Baba uyazi ngik'khumbulile
Bab' usuphephile, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Bab', usuphumule nje, yeah
Uhlel' kanjan' laph' ukhona, baba?
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Uphila ney'Ngelosi, baba
Ugadwe ziNgelosi, baba
Kaz' usang'khumbula, baba
Yeah, baba
Bab', usuphephile nje
- AZLyrics
- B
- Big Zulu Lyrics
album:
"Ushun Wenkabi" (2018)
You May Also Like
Zahara - "Inameva" Inameva, iyahlaba
Ndincede
Inameva, iyahlaba
Ndizoguqa ndithandaze
Inameva, iyahlaba
Ndincede
Inameva, iyahlaba
Nokuba le ndlel' imxinwa
Likhon' ithuba lam
Lokuthubeleza ndizofika
Ubom bethu...
Mlindo The Vocalist - "Lengoma" Hiyo lengoma, hiyo!
Hiyo lengoma, hiyo!
Hiyo lengoma, hiyo!
Hiyo lengoma, hiyo!
Hiyo lengoma, hiyo!
Mina ngizikhumbulel' isalukazi sam
Wa yengi yala ugogo wam
Wathi inxeba lika vavi al'hlekwa
Hayi...
Emtee - "Mama" Things are getting real and I'm falling in deep
When I was a kid I always knew what I would be
Started in the streets, next thing I was flexing on a beat
Would have made it long ago but ugly demons...
Nathi - "Amagama" Makuded' ubumnyama kuvel' ukukhanya endleleni zam
Ndyayazi ilizwi le ndod' engenamali alivakali
Ndyakuthanda ntombazana
Ndyakthanda manyan nyani
Andazi ndenze kanjani
Ndyakuthanda ntombazana
Mna...
Emtee - "I Try" (I try) to do what I can
And give you the best of me
(I try) I'd do anything for you
'Cause you were there for me
(When I cried) I swear, for real
(I try) to be a good kid to the folks
Mama just...