"Amen" lyrics

CiCi & Naledi Aphiwe Lyrics

"Amen"

Yonke leminyaka kudala ngihlupheka
Abantu bangihleka minangikabali
Kuphelile, bathi kuphelile
Mama mayefona "Mntanami kwemzenjani?"
Ngithi "Angisakhoni", athi "Ngizothandaza"
Kuphethiwe, kuphethiwe

Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni

Manje ngicula uAmeni, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga

Baba kubuhlungu ukusuka kwakho emehlweni ami mama
Kodwa ngizizwa ngibusisekile ngawe
Noma ungasekho emehlweni yami
Ngifisa nokuboleka ifoni yasezulwini
Nami ngizame ukufonela uMdali
Ngithole ithuba loluxoxa nawe
Ngoba mama kuningi, mama kuningi, mama kuningi

Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni

Manje ngicula uAmeni (Amen, Amen, Amen), Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Amen (Ooh), Amen, Amen
Baba ngiyabonga


You May Also Like
Zonke - "Viva The Legend" I hear them saying your name And I know you live in me I'd say Viva, he's a legend And I'd smile, in my mind we would fly Everyday of my life watching you Ndizidla nangawe Ndibubona ububele bakho...
Mlindo The Vocalist - "Ancestors" Ndlu ka Senzangakhona vukani, musan' ukulala Amakhehla ashis' imphepho emsamu Izangoma zilahla amathambo zibhule Ndiyazazi ndisisoni mna Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na Ndicel'...
Amanda Black - "Kahle" Inkab' itshonile OkwaThanayi Iingxaki zothando Ndiva bekhuluma mna andizazi Thank you, thank you, thank you Thank you darlie Sitsh' usilungu A potbelly still gives good loving Bath hayi...
Zahara - "Bengirongo" Bengirongo, ng'cel' ung'xolele baby Bengirongo Bengirongo, ng'cel' ung'xolele baby Bengirongo Lixhoshwa libhekile Ng'cel' ung'xoele baby Bengirongo Lixhoshwa libhekile Ng'cel' ung'xoele baby...
Asake - "Remember" Ololade mi Aşakę Tune in to the King of Sounds and Blues I want to ṣiṣe, don't be dull 17, 18, 19, 20, 21 Ati kekere l'o ti n bọ Sunday to maa l'oyin, ati Satide l'ati n mọ Oh my shorty mo r'ogo...