"Sobabili" lyrics
"Sobabili"
(feat. Robby Malinga)
Uthando lwami nawe
Olwethu sobabili
Umuntu wesithathu akafuneki
Iindaba zethu lezo
[x2]
Yim’ engakushela
Yim’ engakuqoma
Ngathi sishadane, baby
Savumelana
Ngakunikeza uthando
Ngakunikeza impilo yami
Mina nawe sobabili
Sathi akekho ozosihlukanisa
Uthando lwami nawe
Olwethu sobabili
Umuntu wesithathu akafuneki
Iindaba zethu lezo
[x2]
Anginandaba nondaba zabantu
Ngifuna mina nawe sihlale sijabulile
Ngaso sonke isikhathi
Mina nawe sithandwa sami
Ngiyabathanda abangani bakho
Kanye nabomndeni wakho
Mekufika endabeni zethu zothando ezethu sobabili
Uthando lwami nawe
Olwethu sobabili
Umuntu wesithathu akafuneki
Iindaba zethu lezo
[x2]
Mina nawe
Mina nawe sithandwa sami
Siyathandana
Mina nawe sithandwa sami
Akekho omunye
Akekho omunye sithandwa sami
Ozosihlukanisa
Uthando lwami nawe
Olwethu sobabili
Umuntu wesithathu akafuneki
Iindaba zethu lezo
- AZLyrics
- K
- Kelly Khumalo Lyrics
album:
"The Past, The Present, The Future" (2012)