"Uzophumelela" lyrics
"Uzophumelela"
Da-da-da-da-da-da-da, da-da-da-da-da
Ooh, ooh
Ooh, ooh, ooh
Ooh
Farm Julia
Yeah, hey, yeah, yeah
Every day ngihlezi ngiphusha le grind
Kuze thina sibe right
Edladleni siphile kahle (Ooh, ooh, ooh)
Kwaqala ukuba mnyama kudala
Kwathandazwa amafindo waqaqwa
Kwavuleka
Ngangingazi ngiyoke ngimele izibopho
Ngifeze okuningi libe lakhala iqilongo
Ubuthakathi, inkohlakalo nenzondo
Akunadosi mawubambelele kukholo
Kuba mnyama (Mnyama)
Mase kuzosa (Kuyasa, kuyasa)
Khululeka (Leka, leka)
Uzophumelela (Leka, leka)
Kuba mnyama (Mnyama)
Mase kuzosa (Kuyasa, kuyasa)
Khululeka (Leka, leka)
Uzophumelela (Leka, leka)
Thula moya wami kuzogcina kulunga
Thula ungakhali, isimo sizojika
Ungazitshel' ukuthi, "Ngiyasokola, ngiyangqongqoza kusukela izolo"
Ngeke ngiphumule
Ngize ngiphumelele
Ngingavuka nango 4 ekuseni
Fak' inyawo kwiteki ngibheke emphantweni
Ipene ephepheni, bhala amaphupho hlez' azofezeka
Shona na, shona khona (Ey wena shona khona)
Shona na, shona khona (Ey wena shona khona)
Shona na, shona khona (Ey wena shona khona)
Uyofezeka amaphupho akho
Kuba mnyama (Mnyama)
Mase kuzosa (Mase kuzosa, kuyasa, yeah-yah-yah-yeah, kuyasa, yah-yah-yeah)
Khululeka (Khululeka mnganami, leka, leka)
Uzophumelela (Uzophumelela, leka, leka, uzophumelela)
Kuba mnyama (Mnyama)
Mase kuzosa (Mase kuzosa, kuyasa, kuyasa, kuyoba mnyama)
Khululeka (Leka, leka)
Uzophumelela (Khululeka nawe, leka, leka)
Azofezeka
Ah-ah-ah
Oh, ah-ah-ah
Ah-ah-ah
Khululeka mnganami
Khululeka nawe
Mase kuzosa kuyoba mnyama
- AZLyrics
- N
- Nomfundo Moh Lyrics
album:
"Farm Julia" (2026)
You May Also Like
Mafikizolo - "Ngeke Balunge" Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Ake basiqhelele, basinik' umoya
Ake basiqhelele, bayek' umona
Ake...
Mlindo The Vocalist - "Impil'imile" Majita as'vul'amehlo
Nal'ibali ibal'elifishan'
Khal'ifoni mina ngihleli nawe
Athi amajita s'ye-clubin-i manje
Kodwa please ngingahambi nawe
Once agani mele ngikushiy'uwedwa
Fike e-clubin-i...
Big Zulu - "Ivolovolo" Shuni wenkabi iyoh
Aw shwele (Umshubo)
Ang'zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng'zofun uthando
Ang'zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng'zofun uthando
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo...
Shekhinah - "Steady" Called you again
Can we make amends
Outside of what's been said
I still want you in my bed
Said what I said
You could come and let you heart rest
Speak to someone who knows you best
I
I really...
Amanda Black - "Khumbula" Ndiyaku khumbula
Can't spend another day like this
Celu buye
Uyazwakala nah?
Ndiyaku khumbula
Can't spend another day like this
Celu buye
Uyazwakala nah?
Ndiyaku khumbula
Bula
Celi ubuye
Buye...