"Valelise" lyrics

"Valelise"
(feat. Nontokozo Mkhize)

Ngiyazi len' indlela yakho
Futhi ngiyazi idinga uqobo lwakho
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke

Ungigqeme yona engeqiwa ntwala
Awushongo ngani usuyahamba
Oh yeah
Nami ngangingazi
Kube ngangazi
Ngangizokukhumbuza ngiyak'thanda
Lala, lala
Lala, lala, lala
Lala ntombi eyi usebenzile
Lala, lala
Lala, lala, lala
Ulihambil' ibanga lakho

Ngiyazi len' indlela yakho
Futhi ngiyazi idinga uqobo lwakho
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke

Kube esikhul' isilonda
Okukhulu okuzima
Namhla ngikhala ngiyazithulisa
Awusekho
Ulele, ulele
Uthuli duh

Ngiyazi len' indlela yakho
Futhi ngiyazi idinga uqobo lwakho
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke
Kodwa bengifisa ukuthi
Uvalelise
Uvalelise
Ungavel' ugoduke

Ugoduke
Goduka
Goduka
Goduka
Siyagoduka


EP: "Out The Box" (2025)
Nomfundo Moh - Out The Box EP cover
You May Also Like
Kwesta - "Khilimu" Legendary (Legendary) Smile'r phela Hey Ngithi weh, weh sthando Yabona wena ngizokulobola ngama buffalo Ngithi weh, weh sthando Yabona wena ngizokulobola ngama buffalo (Weh dalo) Khilimu, khilimu,...
Mlindo The Vocalist - "Impil'imile" Majita as'vul'amehlo Nal'ibali ibal'elifishan' Khal'ifoni mina ngihleli nawe Athi amajita s'ye-clubin-i manje Kodwa please ngingahambi nawe Once agani mele ngikushiy'uwedwa Fike e-clubin-i...
Kelly Khumalo - "Dance Comigo" Tell me, baby, what's your mane? (Aha aha) Like the way look at me As you dance for me (Aha, aha) Your beauty defines my aura You're good to me like a dollar Here I am, use me (Oh) Your beauty...
Shekhinah - "I Love It Here" Remember when we went to that place, that one time? Sneaking out the window at half past eight Catch a ride with a friend of a friend who's not my type But for some reason I like, all the attention...
Kwesta - "Nyakanyaka" Okay, the whip look like Rihanna, yeah Ithunuka aboClever Crib ngathi uNomzamo, ipholisa amanxeba This shit started as a dream, don't ever forget that Now I'm on my Connie Ferguson, I make it last...