"Inkabi Awuna Nembheza" lyrics

"Inkabi Awuna Nembheza"

Awunanembeza wenkabi (Shwele)
Yelele Nkabi yami
Bathi wemnganami wabulal'ubaba
Wangena waphuma washiya kulel'uyaca
Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda
Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka
Wemnganami wabulal'ubaba
Wangena waphuma washiya kulel'uyaca
Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda
Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Nkabi awuna nembeza nkani awunaku yimela
Idumbu zom' rapper zilele phansi yaz' uyadelela
Inkabi seziyay'celela xola asinakuyimela
Ngibagxoba nge flow ngisemfuleni igazi ligeleza
Mina loshun wami i can't get eyy anike nidede
Can't tholakala nje undendende eyy ngeke ngyeke
Ukubulala abom-rapper nje ngeke ngiyeke aningiyeka
K-47 hlehla m'rapper ayy ngizenzele
Ngafika ngathwal' amazondo mangifika ngathwal' amajongo
Babuz' abo skrr skrr iyiphi lenkabi ethwal' amajongo
Ayy suka usukel' ingqongqo inkabi zidlala nge ngqongqo
Yanxaph' isesandleni iyacasuka uphambana nom'bhobho

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Ohh mina ngyofel' empini ilanga liyoshon' emini
Umgodi wethunzi lokufa sabhekana kuyokhal' umshini
Isililo siyosala kini mawuphik' ithi skrr skrr
Awukhohlwe ama gold digger asemayimi umfan' uyothol' ipiki
Mina ngahlul' abaculi nesikhumb' esihlul' abashuki
Nginkomo edla yodwa nophond' olodwa uhlobo lwenkunzi
Inkani lenkabi ungayicuphi yalala inkabi ungayiphuphi
Unogwaja odla nezinja uyabahlula uhlobo lwempunzi
Um'rapper wafik' isigayigayi sa kill-a kwasal' intandane
Sibulala kwasani ok'bamb' imic sipheth' umbaimbai
Kwathi qham kwathi shazi kwathi bye bye
Valelise bye bye sikhohlw' uJub jub iyabulal' inkabi nje 99

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Ngangena ngashiya bezilile inkabi yafika seyidiniwe
Bathi badlal' iphimbo babheda ichoir wafika seyibhimbile
Umfana wafika seyibhemile ushun waphotha bebhekile
Inkabi idlala yodwa irough siyayisaba isikhiphel' e game-ini
Ngafika kwambulwa kwembeswa umfana waduba wadeda
Iyamemeza insimbi entathakusa yaqhuma kwabheda
Ayy suka na beefa kwajeza bathula khulum' unembeza
Inkabi izinukel' ikhwapha abo skrr skrr sebeth' iya dap*a
Eshu bavel' ukusihlanyela benzani bavel' ukusiphaphela
Bazenz' okhandashisa buk' inkabi inhloko iyayihlahlela
Iyew' ubheke ngizoyinyathela inkabi ushun iyawuphahlela
Buk' abo skrr skrr ukushis' impepho sekwab' isitayela

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba)
Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca)
Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda)
Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka)

Wemnganami wabulal'ubaba
Wangena waphuma washiya kulel'uyaca
Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda
Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka

You May Also Like
Fezeka Dlamini, Nomfundo Moh & Naledi Aphiwe - "Uyangijabulisa" Mawungbhek' emehlweni Kuvuk' uthando Kush' inhliziyo Ithi ngci ngci bo Uma ungbhek' emehlweni Ngith uyang'jabulisa dali Uyang'jabulisa dali Mina ngthol' uthando Olufudumele kuwe Ingakho engath...
Kelly Khumalo - "Emaweni" Uk'shona kwelanga kwelanga Kwelanga dali wami sohlangan' emaweni Hlangan' emaweni emaweni Emaweni dali wam' Sohlangan' emaweni Hlangan' emaweni emaweni Emaweni dali wam' Sohlangan' emaweni...
Mafikizolo - "10K" Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Uthando lwakho lungshaya ten thousani Ubusuku ne mini ngyafa ngawe Ohh giya mizwa yami (giya, giya) Kukhala umzwilili enhlizweni...
Kelly Khumalo - "Asine" Nne Ndo farelwa Zwithu ndisa zwi divhi Vhari nne ndo vhulaya Ndo vhulaya Vho-Khudzwayo Asinne Asinne wee Ndo vhulaya Vho-Khudzwayo Ndo dzula hafha dzhele Ndi khovha humbula mianga Asinne asinne...
Kwesta - "Nomayini" Awu ngithi jaiva ufudumale nana Thina sibu shaya ku phumi langa tanga Asizanga kuzo dlala lana so phandi zaka Sphushi skanda ngale namba namba Aii lana ziyawa biza bo kgata Eish nale namba ibiza bo...