"Baleka" lyrics
"Baleka"
(feat. Zion Vilakazi)
Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Isono sami ke mina
Okuthi nguw mfazi
Ingakho ke
Mina ngifel ical engalazi
Aw noma ngimemeza
Sukundi bulal uwundiva
Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Sulezo nyebezi
Sukilila ohhhh
Amandla Akho yikona
Ukuba umfazi
Oh ngithi memeza
Memeza ndiyakuva
Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Kukhona osephila ngokuzithathela kimi
Ngenhloso yokungigcwalisela angazi kanjani?
Iphutha ukuzinakekela njena ke sebezinanela, belawulwa inyama
Kungani' bengaphenduki abazingeli basendle
Uma kuyimizimba abayifunayo? Okungenani
Bazingele izinyamazane zasendle okwabazingeli basendulo
Mina ke - ngiyoshiya nesithunzi emuva, ijubane
Nkulunkulu wezintandane nabafelokazi
Ngendlala ngaphansi kophiko lakho
Imizimba yamakhosazane namakhosikazi
Ezweni Lapho sidliwa
Siphila sidliwa siphika lutho isivumelwano
Ngokuhlwitha ngendluzula ukukhanya
Isitha sanelisa izinkanuko zenyama
Galo yephuka ijubane kimi seliyoba ngumanqoba
Ngyoxwayisa nosana oluzelwe kunezimpisi eziphila emhlabeni
Kepha zizishaya sabantu
Baze bazisize babaleke
Kungani bengaphenduki abazingeli basendle
Uma kuyimizimba abayifunayo?
Sidliwa siphika sidliwa siphila
Nansi imizimba Yamakhosikazi namakhosazane
Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
- AZLyrics
- C
- CiCi Lyrics
You May Also Like
Nathi - "Imibuzo" Uyenza b'hlung' intliziyo yam
Undenza ndizibuz' imibuzo
Ngeliny' ixesha sthandwa sam
Kuba ngathi awulbon' uthando lwam
Ngelinye ixesha sthandwa sam
Ndiba ngazama, awubon' umzamo wam
Kodwa xa...
Amanda Black - "ungayeki," Something will change for you today
So keep on fighting
Cel' ungayeki
Something will change for you tomorrow
So keep on fighting
Cel'ungayeki
I know it's been hard this past year
And it hasn't...
Mlindo The Vocalist - "Egoli" UNkulunkulu emuhle njalo
Uzongiph' amandla
Uth' uzongiph' amandla
Mmm...
Namhlanje mama angeke ng'lale ekhaya
Namhlanje mama angeke ng'buye ekhaya
Ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho...
Kelly Khumalo - "Loshona Nini" Ngangi ney'nkinga zam'
Ng'se musha dlal' umanga
Manga business uhubu
L'kabhejane
Njalo beng'thembis' izulu
Nomhlaba kanti bafun' ukuwis'
Ibusiness ukuthi mina nje
Bengingaz'
Ngayek' ukuzisola...
The Soil - "Lonely Nights" I was thinking of you
I was thinking of you
And what I wanna do
With you with you
I don't know what to do
I'm going crazy baby
Without you
Without you
Lonely nights
Can't describe
The feeling
Of...