"Thandi" lyrics

"Thandi"

Impilo yami yonke ngibonga wena
Lendlel oyihambile ibinameva
Lendlel oyihambile ibina meva
You stood strong
Nomi mvule inetha
Mama wam
Mhlengi wempilo yami

Mithandazo yakho iyasebenza
Ngoba ning bona ngiphumelela
You stood strong
Nom' imvul' inetha
Mama wam
Mhlengi wempilo yami

Oh mina angi lutho
Ngaphandle kwakho
Ungi bona ngijena
Kunge nxa yakho
Ungi fundisile inhlonipho
Ngibonga wena
Mama wami

Thandi Thandi Thandi yeah
Thandi Thandi Thandi yeah
Ooohhh (mama wami)
Ooohhhh

Njengoba nobaba esengasekho
Seku nguwe intsika yomuzi
Noma kunzima kulikhuni
Mama wam
Uyi nduduzo yam

Ungifundis ukuzimela
Noma izitha zingi zungesa
As a family we stand together
Uyi nduduzo yam

Oh mina angi lutho
Ngaphandle kwakho
Ungi bona ngijena
Kunge nxa yakho
Ungi fundisile inhlonipho
Ngibonga wena
Mama wami

Thandi Thandi Thandi yeah
Thandi Thandi Thandi yeah
Ooohhh (mama wami)
Ooohhhh

Mama
Ngifis uk'khula ngfana nawe

Impilo yami yonke ngibonga wena
Lendlel oyihambile ibinameva
Lendlel oyihambile ibina meva

Thandi Thandi Thandi yeah


You May Also Like
Amanda Black - "Thandwa Ndim" Ndizothandwa ngubani na Xa ndishiya lendoda Ndizothandwa ngubani na Xa ndishiya lendoda Ndizothandwa ngubani na Xa ndishiya lendoda Ndizothandwa ngubani na Xa ndishiya lendoda Nanku uNomathemba...
Mafikizolo - "Ndihamba Nawe" We bhuti we bhuti We bhuti mina ndihamba nawe We bhuti we bhuti We bhuti mina ndihamba nawe Ngithanda na le way Unguyo ngakhona Webhuti mina ndihamba nawe Ngithanda na le way Ucula ngakhona Webhuti...
Kelly Khumalo - "Baby Please" Oh baby, please, ngicel' usmile njalo Yeka la bantu basixabanisay' And I don't care, ngiyokuthanda njalo Ma wenze njalo mina I love you more Oh baby, please, ngicel' usmile njalo Yeka la bantu...
Big Zulu - "Umuzi Esandton" U-lovey ubaba wasendlini Angibon' ubaba wasendlini Ungichaza mayesethi "mamaz" Ngiphendule ngithi "babaz" Ngizok'thengela umuzi omkhulu eSandton Kujabhe iy'thingithingi Maningibonela yen' owami...
Nathi - "Abantu Balendawo" Kukhw'a bantu kule ndawo Abafun'ubona ntwe ntle tu Xa bebona omnye umntu ezama bayonyanya Bath'uzenza ngcono, ngcon'ulandeli phupha lakho Ngcon'usabelu bizo lwakho, hayi Ngcono kuthwa uyaphambana,...