"Izibusiso" lyrics
"Izibusiso"
Koze kulunge
Koze kucace
Koze kuvele isibusiso ngami
Koze kulunge
Koze kukhanye
Koze kuvele isibusiso ngami
Impilo yami yonke
Igcwele usizi
Nolaka
Ibi njenge thilongo
Ingena key
Oh my
Kodwa sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Benginje nge hall
Elingena bantu
Engekho noyedwa wothi, "Molo"
Koko kuphela bengingena mabala
Kodwa sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela (Ziyangilandela)
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Khohlwa mphefumlo wami
Okudala kudlulile
Khohlwa, khohlwa moya wami
Okudala kudlulile
Ngoba sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Sekuyakhanya, sekuyacaca
Igama lami likhunjuliwe
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Izibusiso zoMdali ziyangilandela
Ziyangilandela
Khululeka moya wami
Khululeka
- AZLyrics
- K
- Kelly Khumalo Lyrics