"Nganeno" lyrics
"Nganeno"
Awu ngicela usondele nganeno
Awu ngicela usondele nganeno
Ngihleze ngawe ngiphulukiswe
Ngihleze ngawe ngikhululiswe
Ngicela wena, zala ngomuntu sondele
Awu ngicela usondele nganeno
Ngihleze ngawe ngilungiswe
Ngihleze ngawe ngiqondiswe
Thando waze wa nomona ngami
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami
Thando waze wa nomona ngami (Uze wa nomona)
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami
Yena wadla wakha amagalelo
Ngathi nakimi ungaphind' ugalele
Wena ufana nengoma emnandi
Nangaphezulu uYena nothando ongenanoni
Thando waze wa nomona ngami (Waze wa nomona)
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami
Thando waze wa nomona ngami (Waze wa nomona ngami)
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami
Kuthwa ngithi "Sawubona, hello"
Sawubona, hello
Wentokozo waze wamuhle
Thando waze wa nomona ngami (Waze wa nomona ngempela, ngempela)
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami
Thando waze wa nomona ngami
Awungiyeki, awungixoshi uhlala unami (Awungiyeki, uhlala unami)
- AZLyrics
- K
- Kelly Khumalo Lyrics