"Uthando" lyrics

"Uthando"

Awu yeheni, awu yeheni, awu yeheni!
Awu yeheni, awu yeheni, awu yeheni!

Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba

Zangen' inkomo kwaKhumalo
Awu isi yemeyem. Awu yelele babo
Uyathath' umakoti namhlanje
Awu isiyeme yem. Awu yelele babo

Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba

Bamenyiwe bonk' omkhelwane (webaba)
Kuzokikizwa, kikizwa laph' ekhaya (webaba)
Bakhona bonke nabomndeni (webaba)
Uthando namhlanje lungumanqoba (webaba)

Ngithol' indoda emadodeni
Wangenz' umuntu namhlanje
Awu yelele heh heh
Ngibizw' umakoti nmhlanje
Awu isiyem yem, awu yelele babo

Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba

Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje
Awu yeheni, ngathol' umendo namhlanje
Bajabul' abakithi namhlanje

Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
Sengize ngathol' uthando, awu we baba
Mkhwenyana leth' inkomo, awu we baba
...


Writer(s): Batsugile Rebecca Malope
You May Also Like
CiCi - "Hamba Naye" Lomntu, lomntu Lomntu, lomntu Ngihamba naye Ngihamba naye Lomntu, lomntu Lomntu, lomntu Ngihamba naye (Ungowami dali) Ngihamba naye (Ungowami dali) Ngyamthatha, ngyamthatha, ngyamthatha Ngihamba...
Mafikizolo - "Love Potion" Undenza ntoni yooh Kutheni ndingalali ebusuku booh Es'thandwa sami yeah Baby I've been thinking about you You know that I love you baby Angifun' omunye I want you baby I could do anything for you...
Big Zulu - "Inhlupheko" Sawubona mtanami Ngithemba okuthi uyaphila Ngokwe gama ngudoris Ngiyabonga usuze wa fika Mzukulu, leth' amanzi Ukutheng' icold-drink ngyafisa Kodwa ikati lilele ezikho Sibong' umphefumulo masiphila...
Lady Zamar - "My Baby" I would open you up Get in your heart I know you'll be my baby You're in my dreams You're in my mind I know you've been my baby You know what you've got You're in my soul I know you'll be my baby It...
Mlindo The Vocalist - "Egoli" UNkulunkulu emuhle njalo Uzongiph' amandla Uth' uzongiph' amandla Mmm... Namhlanje mama angeke ng'lale ekhaya Namhlanje mama angeke ng'buye ekhaya Ngiyosebenza egoli ngizokwakhela umuzi wakho...