"Control" lyrics
Larny, Mlindo The Vocalist & Meez Musician Lyrics
"Control"
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Awufuni ngampela wena ukungihlonipha
Awufuni ngampela wena ukungizwa nah
Mangikhuluma nawe
Mangikhuluma nawe
Bathi wena phela awusenandaba
Ngalento thina esiyenzayo
Wena uphula umoya wami
Bathi wena phela awusenandaba
Ngalento thina esiyenzayo
Lento yakho iphula inhliziyo yami
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Inkinga yakho awuboni
Lento yakho ayingiphathi kahle
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Uthini mani ubabe wami
Ubhayizela kimi losnawani
Wooh singabhayizisani
Akangiboni futhi akafrostani
Uthini mani ubabe wami
Ubhayizela kimi losnawani
Wooh singabhayizisani
Akangiboni futhi akafrostani
Uthini mani ubabe wami
Ubhayizela kimi losnawani
Wooh singabhayizisani
Akangiboni futhi akafrostani
Uthini mani ubabe wami
Ubhayizela kimi losnawani
Wooh singabhayizisani
Akangiboni futhi akafrostani
Khathele labosis beyinkinga abathi bayangithanda bengathandi
Khathele ilamantombazane athi athandana nami alokhe efuna imali yami
Bathi kwanyama ayipheli, kuphela amazinyo endoda nawe
Bathi kwanyama ayipheli weeh
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
Inkinga yakho awuboni
Lento yakho ayingiphathi kahle
Mina ngi-controlwa nguwe
Wenza konke okuthanda nguwe
- AZLyrics
- M
- Mlindo The Vocalist Lyrics
You May Also Like
Big Zulu - "Inhlupheko" Sawubona mtanami
Ngithemba okuthi uyaphila
Ngokwe gama ngudoris
Ngiyabonga usuze wa fika
Mzukulu, leth' amanzi
Ukutheng' icold-drink ngyafisa
Kodwa ikati lilele ezikho
Sibong' umphefumulo masiphila...
Nathi - "Nomvula" Ngeba s'yathandana
Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni
Ndibanjwa nguwe uyal' uba s'thandane
Silal' emadongeni
Nguwe lo
Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni
Ndenziwa nguwe uyal' uba s'thandane...
Mafikizolo - "Mamezala" Kudala ngihlekisana nawe
Kudala ngiwa ngivuka nawe
Kudala ngihlekisana nawe
Kudala ngiwa ngivuka nawe
Oh, today
Oh, today I get a chance
Oh, today I get a chance to choose a life with you
Oh, today...
Big Zulu - "Dear My Love" (Stallion)
Yeah
Aw ngithi dear wedali
Nans'incwadi ivela kimi ithi- (Eshe)
Aw'yithi dear my lover, nans'incwadi ivela kimi yeah yeah, yeah (Aw' dear weh sweetheart)
Aw'yithi dear my lover...
Inkabi Zezwe - "Ilanga" Awuy'vule kancane
Ungasayivala stallion
Hooo hah
Heh
Halalala
Heh yah
Asambe mkhaya
Hai
Nhliziyo yami ngise
Hai lakhu phela khona uthando hey
Hai lishona khona
Kodwa aliphumi khona
Hamba ubuye...