"iLifa" lyrics

"iLifa"

(Yeah, you know it)

Zigadle zephuka kobaba
Kodwa kusefana , not yet Uhuru
Soth' umlilo nabafana (Bafana bakithi)
Sidingida lolu daba
Ithiwani inhlupheko engaka ekhaya? (Nhlupheko engaka)
Nakhu sifa indlala
Asambe siye emadolobheni (Emadolobheni)
Mhlawumbe zingasulw' izinyembezi zethu (Zeminyaka yeh)

Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy

Ngcebo yethu ikuphi na?
Ngicela nisibuyisele (Buysele)
UMaguya usebenzele
Thina bantwana bakhe
Kant' abanye mebemlinde athule du (Athule du)
Badl' amandla nezithukuthuku
Kunini efukuz' ubaba weth' uFuze
Abase kakhulu basphuca konke usab' umndeni (Eshe)
Usab' umndeni
Isith' esikhulu esegazi
Ngizothi ngan'xwayisa nangangizwa

Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy


Writer(s): Nomfundo Ngcobo, Celimpilo Mncedisi Manyathi, Edward Khumalo, Manqoba Martin Sosibo
You May Also Like
Mlindo The Vocalist - "Umuzi Wethu" Phela sinomuzi wethu Ai umuzi wenu Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Phela sinomuzi wethu Ai umuzi wenu Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai Uyigazi lethu Sale muva sale...
Shekhinah - "Fixate" Fixate on you I don't debate with you I look a way for you Team player! I lose the weight for you Look amazed for you Celebrate with you Team player! Learning to love Is a story of us Up till we're...
Nathi - "iThemba" Thina bantu bakhe Ababizwa ngegama lakhe Masinozithoba kuye Uzakwenz'indlela Thina bantu bakhe, yeah yeah Ababizwa ngegama lakhe Masinozithoba kuye Uzakwenz'indlela Uzayenz'indlela, yeah Apho...
Kelly Khumalo - "Isivikelo" Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Indlala Ay'nqobanga lapha kimi Inzondo Ay'nqobanga lapha...
Amanda Black - "kutheni na," Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Iyo kutheni na, Ban ozondphelezela koluhambo loknyamezela Mandla am ayaphela ayaphela...