"Ndaba Zabantu" lyrics

"Ndaba Zabantu"

Tadidada, de-da, dedade
Tadidada, de-da, dedade
(WeNdabazabantu)

Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)

See all that I have, it's all that I prayed for
It's everything that I worked for, okwam' okwami
Nalokh' engiyikho, ngiyikho ngiyikho
You can take me out of iNdwedwe but you can't take iNdwedwe out of me (43-42)
Vel' abantu, abantu (Hay' abantu ma)
Bohlezi bekhuluma, ah (Hay' ay' abantu ma)
Ziyabehlul' ezabo
Abazithi vuh nangephutha
Vele bath' indlu yegag' iyanetha

(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso

Sesiphila impil' enabahlaziyi
Ondabeni abazenzisi
Lendaba kay'hlekisi
Mawenzokuhle (Inkukh' inqunyw' umlomo)
Keph' amabala? (Amabala bawabona qho)
Lendaba kay'hlekisi
Ndaba kay'hlekisi icob' amathambo
Insambatheka yiyona ke le (Yiyo le)
Wang'cola mhlaba sikuwe
Usfumbu ubon' uqhaqhazela

(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul' okungcono, thula
Thul' okungcono
Ngob' awusaz' isimo engibhekene naso


Writer(s): Nomfundo Ngcobo, Celimpilo Mncedisi Manyathi, Edward Khumalo, Manqoba Martin Sosibo
You May Also Like
Mlindo The Vocalist - "Macala" Haaa he hahah mmm... Heh kuzofiwa, amacala Heh kuzofiwa, amacala Heh kuzofiwa, amacala Heh kuzofiwa, amacala Hah uyeye uyeye uyeye uyeye Hah yeh hah uyeye (eye) uyeye uyeye Hah uyeye uyeye uyeye...
The Soil - "Andinanto" Ndandihleli Ndihleli ebumnyameni Wafik' uSonini na nini Wandifak' ekukhanyeni Ndandihleli Ndihleli ebumbumnyameni Wafika uSonini na nini Wandifak' ekukhanyeni Ndandihleli Ndihleli ebumbumnyameni...
Big Zulu - "Dear My Love" (Stallion) Yeah Aw ngithi dear wedali Nans'incwadi ivela kimi ithi- (Eshe) Aw'yithi dear my lover, nans'incwadi ivela kimi yeah yeah, yeah (Aw' dear weh sweetheart) Aw'yithi dear my lover...
Mafikizolo - "Thandolwethu" Yaz' ngeziny' iimini Ndikujonga ndinovalo Ngath' uthandolwethu Balubek' es'khaleni Ubona mina ngedwa Boy, you're so focused on my door And we've been through the moons So here is a toast to our...
Kelly Khumalo - "Isivikelo" Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Indlala Ay'nqobanga lapha kimi Inzondo Ay'nqobanga lapha...