"Kahle" lyrics
"Kahle"
(Yeah you know it)
Thabath' inhliziyo yami, yami
Udlize ngothando lwethu emazweni
Engathi ungahlal' useduze kwami
Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
Uma bethi "Likhiph' umkhovu etsheni" basuke belinganisa ngothando lwethu (Oh)
Lushisa bhe, wen' owabon' ilanga ehlobo (Oh)
Wena unguy' engim'dingayo
Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
Laph' uthando lwakho lung'holela khona, mina ngizok'landela
Ngoba unguy' engim'dingayo
Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam'
Ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey
Baby, asambe siyoshawa umoya lapha ngasolwandle
Honey, belunjani usuku lakho ke namhlanje?
Yizo lezi izinto encane ey'jabulis' umoya (Moya)
Bengingaz' ukuthi uyang'thanda
Bengithi udlala ngami (Bengithi udlala ngami)
Haw' sek'yacaca awunaso isikhathi sokudlala (Dlala)
Aw'fune lutho ngami (Aw'fune lutho ngami)
Thando lwakho (Oh thando)
Lona lubanzi lujulile (Lona lubanzi)
Lona lubanzi lujulile (Lujulile)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Olunje)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Olunje)
Ungiphethe kahle (Phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam' (Baby)
Ungiphethe kahle (Ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (Yeah)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Uthando olunjena)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (Uthando olunje)
Ungiphethe kahle (Olunje), ungiphethe kahle umuntu wam' (Oh thando)
Ungiphethe kahle (Oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (Woah)
- AZLyrics
- N
- Nomfundo Moh Lyrics
You May Also Like
Kelly Khumalo - "Awazi Lutho" Wen' awazi lutho
Wen' awazi lutho
Ngaphum' eb'nzimeni
Ngenxa yothando
Wen' awazi lutho
Maw' ungenz' into
Ewrongo Shaw' amahloni
Bethwa idimoni ngenzeni?
If all along ulwa alelikhono
Kodw' awuzang'...
Kwesta & Kabza De Small - "Is'pantsula" Eh boyzen, eish
Pantsu, pantsu, pantsu
Eh skopo
Aaah, shebe
Ah skopo tso-tso, tso-so
Eh wena, bheka
9 August 1988
9 o'clock to be exact
That's the day ng'bon' amehl' eOledy
Celebrations, birthday...
The Soil - "Andinanto" Ndandihleli
Ndihleli ebumnyameni
Wafik' uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni
Wafika uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni...
Nathi - "Inyembezi" Kant'ujesu uyandiva xa ndilila
Inyembezi azosule othul'umthwalo
Xa ndibek'ithemba lami kuye ndithuthuzele
Xa ndibek'ithemba lami kuye ndithuthuzele
Kant'ujesu uyandiva xa ndilila
Inyembezi uyazosula...
MIKOLAS - "BOYS DON'T CRY" So long
Times up
You told me I would be alright
'Cause you think
Boys don't cry (Boys don't cry)
So I'll keep
Waiting
For the world to say it
Until then
Sure, I'm fine (Sure, I'm fine)
So if you're...