"Umona" lyrics

"Umona"

Yeah you know it

Ubabona sebelunguza ngama fastela
Babuk' ukuthi ngabe kwenzakalani la
Maye, bathuswa ukuthi uyaphumelela
Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja
Iyeh, iyeh, iyelelema!
Iyeh, iyeh, mafind' aqaqwa
Iyeh, iyeh, izinto zakhanya
Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja

Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)

Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)

Aibo nang' ekhuluphala
Mpilwen' yakhe kwenzek' iy'manga
No no! Kanjani?
No no! Akcish' is'bani
Le nhlansi, angiy'funi
Kush' umona ngaphakathi
Bese ngim' is'bindi ngithi
"Bayothi befungile mina ngiphunyuke"
"Bayothi bevalile kuvele kuvuleke"
"Bayothi bebophile kuvele kuqaqeke"

Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)


Writer(s): Martin Manqoba Sosibo, Nomfundo Ngcobo
album: "Amagama" (2022)
Nomfundo Moh - Amagama album cover
Kusengakhanya
(Deluxe Edition Bonus Track)
Sundays Are For Lovers
(Deluxe Edition Bonus Track)
Kahle
(Deluxe Edition Bonus Track)
Sibaningi
(Deluxe Edition Bonus Track)
Izibusiso
(Deluxe Edition Bonus Track)
You May Also Like
Kelly Khumalo - "Isivikelo" Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Indlala Ay'nqobanga lapha kimi Inzondo Ay'nqobanga lapha...
Mike Posner & Salem Ilese - "Howling At The Moon" Your picture in my dresser door You loved me but not anymore Now my flowers won't bloom And I blame it on you Since you found someone new I just howl at the moon and my heart goes "Boom, boom, boom"...
Jain - "Goodbye" We'll be dancing again My rose in outer space I keep my eyes on the starlight (Keep my eyes) I keep my eyes on the starlight (Keep my eyes) I keep my eyes on the starlight (Keep my eyes) Keep my...
Mlindo The Vocalist - "Wamuhle" Kutheni mang'cinga ngawe inhliziyo yam iya fudumala Uphenduka ingqondo yam ngi cinga ngawe Wamuhle Wamuhle Mtan' omuntu Khona abaningi abangifunayo ngingowakho Wamuhle Wamuhle Mtan' omuntu Khona...
Elaine - "Right Now" Every time I try to heal Every time I try to feel You come back into my life Promising me something real We ain't making progress And I still need to process Everything you did to me 'Cause I don't...