"Ngsayozama" lyrics

"Ngsayozama"

Ngisayozama
Ngisayozama
Ngisayozama
Engani ngiphanta
Ngisayozama (Ooh yeah yeah)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah)
Engani ngiphanta

Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama

Okuhlula mina kuyabikwa (Kuyabika)
Ang'khathali
Leyonto phel' isuke inzima (Hard worker, I am)
Ngivuk' ek'seni ngenz' uhlelo (Oh, k'phumelel' abenza njalo)
I owe myself impumelelo (Engath' isiseduze nayo)

Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (Passion)
Yokondl usapho
Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (Passion)
Yokufez' amaphupho (Asiye khona, asiye)

Ngisayozama (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ngisayozama)
Engani ngiphanta
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Engani ngiphanta

Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama (Kuningi)
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama

Ebumnyameni mina ngizobekezela, angizukuyekelela
Ngisebenza kanzima (Kuze ngikwazi)
Ukunqoba ubunzima
Ekhaya bathembe mina
Ukuthi ngami isimo singashintsha
Lokho kuyangiqhuba ukwaz' ukunyamezela

Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (Passion)
Yokufez' amaphupho (Asiye khona, asiye)

Ngisayozama (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ngisayozama)
Engani ngiphanta
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Ngisayozama (Ooh yeah yeah) (Ngisayozama)
Engani ngiphanta

Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo yize kunjalo
Ngisayozama


You May Also Like
Emtee - "Thank You" Lord I say thank you Me haffi pray Get on my knees and my head to the sky When in the dark Hella lost Help me shine little light of mine (you got to know that) Umntu ngumntu ngabantu nam ndingumntu...
Zonke - "Grateful (Interlude)" I'm grateful for today I'm so grateful, I say You're so beautiful You never let me fall I pray for today And I pray for the light In my life you've placed down For a reason, I'd say I'm grateful for...
Nathi - "Imibuzo" Uyenza b'hlung' intliziyo yam Undenza ndizibuz' imibuzo Ngeliny' ixesha sthandwa sam Kuba ngathi awulbon' uthando lwam Ngelinye ixesha sthandwa sam Ndiba ngazama, awubon' umzamo wam Kodwa xa...
Amanda Black - "Famous" Hhmmm Hhmmm Hhmmm Hhmmm Last night I had a dream about you And in that dream you called me beautiful I wish that now that I am awake That dream would come true But babe I wanna be famous Have all...
Inkabi Zezwe - "Ilanga" Awuy'vule kancane Ungasayivala stallion Hooo hah Heh Halalala Heh yah Asambe mkhaya Hai Nhliziyo yami ngise Hai lakhu phela khona uthando hey Hai lishona khona Kodwa aliphumi khona Hamba ubuye...