"Khaya Lami" lyrics

Inkabi Zezwe Lyrics

"Khaya Lami"

Shuni wenkabi

Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana maye
Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana
Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana
Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana

Khaya lami leli, ngiyalithanda
Kodwa kusekhaya lana
Noma ngabe izindlu ezodaka
Kodwa kusekhaya lana
Noma silala singadlile
Kodwa kusekhaya lana
Hlekisa ngami umakhelwane
Kodwa kusekhaya lana

(We mntwanam)
Le khaya wena ongay'qcenyi ngalo
Khona abali fisayo
Le khaya wena oy'nyeza ngalo
Khona abali fisayo
Le khaya olibona liyihlazo kuwe
Khona abali fisayo
Leyi ntandane ey'ngaka
Eyi lala engwaqcweni
Yizo ezili fisayo

Khaya lami leli, ngiyalithanda
Kodwa kusekhaya lana
Noma ngabe izindlu ezodaka
Kodwa kusekhaya lana
Noma silala singadlile
Kodwa kusekhaya lana
Hlekisa ngami umakhelwane
Kodwa kusekhaya lana

(Shuni wenkabi)
Baba ngiyakhuleka
Kwani kweya nyukela
Mpilo ngiyakhuleka
Ngqcel'ungiphe amandla
Impilo siyithumele
Thumele umkhuleko
Siyazama siyahluleka
Inhliziyo yam umoya uyaphuleka
Ekhaya siya hlupheka

Noma ngabe izindlu ezodaka
Kodwa kusekhaya lana
Noma ngabe silala
Siphuze amanzi wodwa
Kodwa kusekhaya lana

Khaya lami leli, ngiyalithanda
Kodwa kusekhaya lana
Noma ngabe izindlu ezodaka
Kodwa kusekhaya lana
Noma silala singadlile
Kodwa kusekhaya lana
Hlekisa ngami umakhelwane
Kodwa kusekhaya lana

Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana maye
Kulaph'engikhulele khona
Ohh kusekhaya lana


You May Also Like
Nomfundo Moh - "Uthando Lunye" Uthando lunye Nalapho ingekho' iqhude k'yasa Kuyez' okwakho oh Thabath' uhlaka lwakho uhambe (Vuk' uzithintithe phela) Thabath' uhlaka lwakho zimisele Ngizwa umunye ngaphakathi Enhlizweni konakele...
Kelly Khumalo - "Uzoma" Ngivuk' ekseni kugcwel' izindaba ngami Ngivuk' ekseni kugcwel' amaphepha, aah Ngivuk' ekseni K'shiwo lokhu nalokhu ngami Ngivuk' ekseni, oh k'khulunywa ngami, why Ngathi kukhona Hlal' ebheja ngami...
Casswell P & Master KG - "Mangihlale" Mmmh,mmmh Mmmh,mmmh Mangihlale Mangihlale, naye Mangihlale Mangihlale, naye Mangihlale naye Mangihlale, naye Mangihlale Mangihlale, naye Umangihleli nawe Inhliziyo iyathaba Umangihleli nawe...
Amanda Black - "Amazulu" Drifting I'm drifting away Into the darkness Ndizothath' umthwalo Ndimbeke emqolo mama Ubomi bunzima So lift my head up high Open my eyes And I will fly oh I'm barely coping I'm feeling closed in...
Zonke - "Uyandithanda" Mmmmh oh... Inton' undenza nje Yandazi ndiyoyika Uthand' olungaka hey, mmmh Andilwazi mna Ndlela ond'jonga ngayo Yandibuka mna baby Cupid is your name yeah, mmmh And I don't care what they say...