"Omunye" lyrics

Inkabi Zezwe Lyrics

"Omunye"

Ahhhh hey (Omunye, Omunye)
Asambe Asambe (Omunye, Omunye)
Ay hey

Sawubona ngani yomuntu
Unjani mntwana womuntu
Lapho ukhona
Ngiyali bona olwami uthando
Sawubona ngani yomuntu
Uyaphila mntwana womuntu (hey)
Lapho ukhona
Ngiyali bona olwami uthando
Cela ukusondela kuwe
Ngibeke amabili amathathu amagama
Lapho ukhona
Ngiyali bona olwami uthando

Angisamu boni (Hayi, Hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi)
Angisamu boni (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisamu boni(Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume(Hay, Hey)

Uyazi ngikhumbula nguqala kukubona
Ufake uduk oluhlaza
Kuvele I brazilian ngahlanya
Ngathi dudhlu ntombazane
Wavele wamamathela
We ntombi ngicela
Simbathe ndawonye
Sithandane engathi singabandawonye
Olwami uthando luney'impande
Ubatshele awu mbiwa ndawo
Wena ngaku nikwa ithoko
Umbili nondawo
Othinta wena kunga quma inganono
Inja one inja all
Wena ntombi ngiyakuthanda
Ngifunga umama
Futhi sengimdala
Anginaso isikhathi sokudlala
Dali ngiyafunga
Intandatho ngizoy'faka
Ngihlobise isandla sakho

Angisamu boni (Hayi, Hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi)
Angisamu boni (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisamu boni(Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume(Hay, Hey)

Gege legege ndoni yamanzi
Uxolo ukuk'phaphela
Ngihamba ngenkabi emhlophe
I two point six ngicel'ithuba
Kodwa nginalo I 325
Ipake endlini ne triple three
Ngu soma tekisi
Ngiginqi isondo i87
Dali umuntu angiganewe
Ngiphume njena ntombi angithathiwe
Inhliziyo ayi gangile
Sondela dali ngihluleke ngizamile
Angiphuzi angibhemi straight mina
Drive itaxi angiceli mina
Nkomo zika baba azipheli kumina
Cela uthando angi betjhi mina

Angisamu boni (Hayi, Hey)
Nguwe wedwa dali (Hayi, Hayi)
Angisamu boni (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Angisamu boni(Hayi, Hey)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume (Hayi, Hayi, Hay)
(Omunye Omunye Omunye)
(Omunye Omunye Omunye)
Sondela sikhulume(Hay, Hey)


You May Also Like
CiCi - "Abazi" Uyaz lab'abazi Ukuthi wen' ungowami Sponono Sami Thubhobho wami I'll never let you go I'll never let you go Uyaz lab'abazi Ukuthi wen' ungowami Sponono Sami Thubhobho wami I'll never let you go I'll...
Amanda Black - "Nguwe" Ungab' usoze uphinde uzithathe for granted Ngoba impilo ilindele wena uzixolele Ungab' uphinde, ungab' uphinde uzithathe for granted Ngoba impilo ilinde wena uzxolele There's so much going on That...
Kelly Khumalo - "Isivikelo" Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Wath' izos'vikela olakeni lwezitha Nomakunzima sophokophela phambili Indlala Ay'nqobanga lapha kimi Inzondo Ay'nqobanga lapha...
Mlindo The Vocalist - "Usukulude" Usukulude Lude singalwanga Usukulude Lude singalwanga Njalo Amacala Amacala Uwelele Lude singalwanga Njalo Amacala Amacala Uwelele Lude singalwanga Ngahlangana nebhotwe emnyango Izolo bendikile...
Amanda Black - "Kahle" Inkab' itshonile OkwaThanayi Iingxaki zothando Ndiva bekhuluma mna andizazi Thank you, thank you, thank you Thank you darlie Sitsh' usilungu A potbelly still gives good loving Bath hayi...