"Akathintwa" lyrics

"Akathintwa"

Awu avekulula
Ukudelela omunye umuntu
Kodwa may'isibeyelwe
Awusoze wamuthinta
Awu avekulula
Ukudelela omunye umuntu
Kodwa may'isibeyelwe
Awusoze wamuthinta

Ngiyalizwa izwi lakho
Ngiyawesab' amandla akho
L'yangentheza ihubo lakho
Ngiyalusab' ulaka lwakho
Yebo noma kunjal' uyang'bekezelela
Yebo noma kunjal' uyang'landelela
Yebo noma kunjal' uyang'bekezelela
Yebo noma kunjal' uyang'landelela

(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)
(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)

Awu ngithi ngenz' okuhle
Ngizithole ngenz' okubi
(Ngithi ng'yaziqoqa)
Buth' ubububuphi

Uthando lwakho lunje
Lumile aluhluphi
Ngifis' ukuziphatha kahle
Ngizilonde ngingahluphi
Yebo noma kunjal' uyang'bekezelela
Yebo noma kunjal' uyang'landelela
Yebo noma kunjal' uyang'bekezelela
Yebo noma kunjal' uyang'landelela

(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)
(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)

(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)
(Awu avekulula)
(Ukudelela omunye umuntu)
(Kodwa may'isibeyelwe)
(Awusoze wamuthinta)


Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo
album: "From A God To A King" (2023)
Kelly Khumalo - From A God To A King album cover
Emaweni
(Deluxe Edition Bonus Track)
You May Also Like
Tevin Campbell - "Dandelion" Do you recall the time You captured this heart of mine Lying in a field full of dandelions You are my life You're my sunshine A beautiful flower Wild but yet divine So hard to find I'm glad I picked...
Shekhinah - "Questions" What happens if we let this start We go to far and you just don't feel it What happens if you drop my heart, if it falls too hard and we just can't put it back Bestfriends don't sit this close,...
Mercy Chinwo - "Excess Love" Your love is kind, Your love is patient You fill my heart with so much peace and joy You're amazing, You make my life feel brand new You're amazing, You make my life feel brand new Jesus, You love...
Cassper Nyovest - "Destiny" Love will take you higher babe Love will take you higher Love will take you higher babe Love will take you higher Love will take you higher babe Love will take you higher (When you're destined to be...
Zonke - "Reach It" Thought just crossed my mind Who am I not to be? So I packed my things And just, come on over What am I gonna find? Will you be there for me? Oh no, I wont stop Till he tells me its all over Yeah,...