"Uyathandwa" lyrics
"Uyathandwa"
Yebo ngiyaz' ukuthi
Hlamp' awaz' ukuth' uyathandwa
Mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam
Angithint' ocingweni
Futhi nomlayez' awungeni
Kodwa mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'
Asoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' uluambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Asoze ngesaba bo
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' uluambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Ng'funa waz' ukuthi
Akekh' omuny' ofana nawe
Mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam
I'm an African girl
Oh take me by the hand
Mak'shon ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam'
Asoze ngesaba bo
Ukuba imina phambi kwakho
Ngob' ulubambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Ang'soze ngesaba
Ukuba yimina phambi kwakho
Ngob' uluambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Nguwe wedw' osenhlizweni yam
Nguwe wedw' osenhlizweni yam
I'm an African girl
Oh take me by the hand
Mak'shon' ilanga
Nguwe wedw' osenhlizweni yam
Asoze ngesaba bo
Ukuba imina phambi kwakho
Ngob' ulubambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Asoze ngesaba
Ukuba imina phambi kwakho
Ngob' ulubambo lwami
Ngokuthanda kuze kube phakade
Writer(s): Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo
- AZLyrics
- K
- Kelly Khumalo Lyrics
album:
"From A God To A King" (2023)
You May Also Like
Mlindo The Vocalist - "Lay'ndlini" Kanti Baba somandla kwakhala nyonini la endlini
Ubaby akezwa isthandwa sam
Ubaby akahloniphi ulovey wam
Kanti Baba somandla kwakhala nyonini la endlini
Ubaby wam akezwa
Ubaby akangihloniphi
Ulovey...
The Soil - "Andinanto" Ndandihleli
Ndihleli ebumnyameni
Wafik' uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni
Wafika uSonini na nini
Wandifak' ekukhanyeni
Ndandihleli
Ndihleli ebumbumnyameni...
Nathi - "Nomvula" Ngeba s'yathandana
Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni
Ndibanjwa nguwe uyal' uba s'thandane
Silal' emadongeni
Nguwe lo
Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni
Ndenziwa nguwe uyal' uba s'thandane...
Mafikizolo - "Ngeke Balunge" Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Sebethi abazingeni masixabene
Kodwa masithandana bangena shi
Ake basiqhelele, basinik' umoya
Ake basiqhelele, bayek' umona
Ake...
Big Zulu - "Ivolovolo" Shuni wenkabi iyoh
Aw shwele (Umshubo)
Ang'zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng'zofun uthando
Ang'zanga ngokulwa mina ntombi, no no no
Ng'zofun uthando
Manje ngyasaba eeh
Ubabakh une volovolo...