"Bazokhuluma" lyrics

"Bazokhuluma"
(feat. Zakwe & Mthunzi)

Ngeke ngeke, uphill' impilo yami
Ngob' ang'sab' ukuth' abantu bazokhuluma
Ngeke ngeke, ukhulum' inqondo yami
Ngob' ang'sab' ukuth' abantu bazokhuluma

Makhelwane ungayingeni
Bakhuluma ngawe ngoba bayaz' ubiziwe
We mngan' ungayingeni, ngoba bakhuluma ngawe
Ngoba bayaz' ubiziwe

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Uthando lwangempela kunzim' ukul'bona
Intshisekel' eng'nayo bayibiza ngomona
Ub'khazikhazi bami ng'yanizwa ning'ngcoma
Kepha ang'sazi nam, maybe abanye bafisa kuk'bona

Baning' abami nami beng'fisel' ukuwa
Baning' abaphika nam befun' uk'funwa
Mang'qala ng'siz' abanye bathi ng'thand' uk'bukwa
Sogcina s'philel' abantu, mas'tshala bafun' uk'vuna

Mang'sakwaz' uk'jabulis' inhliziyo
Mang'sakwaz' ukuthi ng'kwaz' ukwenz' izint' ezenz' umphakath' uphile
Mang'sakwaz' nje uk'hloniph' impilo
Okomhlaba ngeke sik'jike, thina s'phile
Siyek' abantu (Eh bazokhuluma, eh bazokhuluma)
(Eh azokhuluma, ngob' abantu bazokhuluma)

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Umuntu ngek' umenzele lutho
Okusalay' uzokhuluma kab'hlungu
Mayesehlangene nobhululu bakhe
Bangawulimaza bawuqed' umphefuml' abantu
Ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe

Umuntu ngek' umenzele lutho
Okusalay' uzokhuluma kab'hlungu
Mayesehlangene nobhululu bakhe
Bangawulimaza bawuqed' umphefuml' abantu
Ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)

Nom' abantu bangaval' umnyango owodwa
Dali uzovul' omuny' ongavalekiyo
Abantu bomhlaba babeyincele
Kuwodw' ongabonayo uyasiwelisa ngobungcwele

(Hayibo, nom' ungathula)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Hayibo, nom' ungakhuluma)
(Kodw' abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)
(Bazokhuluma, bazokhuluma)
(Hayi abantu bazokhuluma)


album: "From A God To A King" (2023)
Kelly Khumalo - From A God To A King album cover
Emaweni
(Deluxe Edition Bonus Track)
You May Also Like
Sinach - "Way Maker" You are here Moving in our midst I worship you I worship you You are here Working in this place I worship you I worship you You are here Moving in our midst I worship you I worship you You are here...
Shekhinah - "Suited" Suited for each other, yeah Don't try to move me from my lover, yeah Suited for each other Tailor made I'm glued up on my lover, I I never lose him to another, yeah When we talked on the phone and...
Toni Braxton - "Woman" I worked late but you didn't wait up My bones ache, I'm cleaning the place up Sometimes I don't even know why I care I sit down take off my make-up I lay down but you don't wake up Sometimes I...
Nathi - "Nomvula" Ngeba s'yathandana Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni Ndibanjwa nguwe uyal' uba s'thandane Silal' emadongeni Nguwe lo Uyal' uba sithandane, silal' emadongeni Ndenziwa nguwe uyal' uba s'thandane...
The Soil - "Andinanto" Ndandihleli Ndihleli ebumnyameni Wafik' uSonini na nini Wandifak' ekukhanyeni Ndandihleli Ndihleli ebumbumnyameni Wafika uSonini na nini Wandifak' ekukhanyeni Ndandihleli Ndihleli ebumbumnyameni...